| |
Um Embrião de 8 Semanas
Capítulo 30 8 Semanas: Desenvolvimento do Cérebro
|
| |
| Kumaviki angu 8 ubuchopho
sebukhule kakhulu
futhi bucishe bube yineye
wesisindo somzimba wombungu.
Ukukhula kuqhubeka
ngesivinini esingajwayelekile.
|
Capítulo 31 Característica de Destro e Canhoto
|
| |
| Kumaviki awu 8, u 75% wemibungu
ukhombisa ukukhonya kwesandla sokudla.
Esele ihlukaniseke
ngokulinganayo
phakathi kwamanxele
nonxazonke.
Lobu wubufakazi bokuqala
bokujwayela esokudla noma sobunxele.
|
Capítulo 32 Virar
|
| |
| Amabhuku ngezingane achaza
ukuthi ikhono "lokuphenduka"
livela kumaviki awu
10 kuyaku 20 emva kokuzalwa.
Nokho, le likhono elihlaba umxhwele
liyashesha ukuvezwa
esimweni esingenangcindezi
se-amniotic sac egcwele
uketshezi.
Kuphela wukuntuleka
kwamandla adingekayo
ukunqoba amandla
angaphezulu engcindezi
ngaphandle kwesibeletho kunqanda
ingane ezelwe ekuphendukeni.
|
| Umbungu uya
ngokuba matasa
ngale sikhathi.
Iminyakazo inganensa noma isheshe,
kanye noma iphindaphinde,
izenzekele noma iphendule okunye.
Ukujikisa ikhanda, ukwelula umqala,
nesandla esithinta ubuso
kuya ngokwanda.
|
| Ukuthinta umbungu
kudala ukuyaluzisa amehlo,
ukunyakaza komhlathi,
iminyakazo yokubamba,
nokukhomba kwezinzwane.
|
Capítulo 33 Fusão da Pálpebra
|
| |
| Phakathi kwamaviki 7 no 8,
amajwabu amehlo
akhula ngokushesha ngaphezu kwamehlo
futhi aya ngokuhlangana.
|
Capítulo 34 Movimento de Respiração e Micção
|
| |
| Yize noma awukho umoya esibelethweni,
umbungu uveza iminyakazo yokuphefumula
kumaviki awu 8.
|
| Ngale sikhathi,
izinso zikhiqiza umchamo
ochithwa kwi-
amniotic fluid.
Kwimibungu yesilisa,
amasende akhulayo
aqala ukukhiqiza
nokukhipha i-testosterone.
|
Capítulo 35 8 a 9 Meses (32 a 36 Semanas): Formação dos Alvéolos, Segurar com Força, Preferências de Gosto
|
| |
| Amathambo, amalunga,
imisipha, imizwa,
nemithambo yegazi
yezingalo nemilenze
kucishe kufane nokwabadala.
Kumaviki awu 8 isikhumba
sangaphandle,
siba nezingqimba eziningi,
silahlekelwe wukubonakala ngale.
Kumila amashiya ngenkathi
kuvela uboya ngaphandle komlomo.
|
Capítulo 36 Resumo das Primeiras 8 Semanas
|
| |
| Amaviki awu 8 asho ukuphela
kwesikhathi sombungu.
Ngale sikhathi,
umbungu womuntu
usukhule usuka kwiseli eyodwa
waba cishe ngu
1 billion amaseli
akha ngaphezu kuka 4,000
izakhiwo ezicacile zomzimba.
Umbungu manje usunezingaphezu
kuka 90% izakhiwo
ezitholakala kwabadala.
|